Fakaza

Lwah Ndlunkulu - Eyami

Posted by Lwah Ndlunkulu on May 9, 2024

Information

Title: Eyami
Artist: Lwah Ndlunkulu
Album: Eyami
Release Year: 2023
Duration: 4:21
Size: 5.97 MB
Source: YouTube

Lwah Ndlunkulu - Eyami Lyric

(Stallion)
Hmh
Hah

Eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (Owami lomuntu)
Eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (Aweh)
Eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda (Aw' yeah)
Eyami lendoda, eyami lendoda, eyami lendoda

Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule weshukela wami"
Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule" aw' sweet my love
May'sethi "Sondela, ngiqabule weshukela wami"
Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule" aw' sweet my love

(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Aw'
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah)

Inkabi ezongishela angeke iz'ngmele
Ngijola nenkabi ephelele
Uswahla lensizwa into eyimele
Ngay'qomisa izinsizwa ziphelele
Is'qholo sanobusho inuka kahle
Qhathanzipho lento igqoka kahle
Uvele a-balance etsheni
Ang'shayel' ikhwela ngifike ngikhopozela
Lensizwa ing'winile
Webaba no mama kukhulu ok'zayo
Ngiyathemba nivivile
Webaba no mama kukhulu ok'zayo

Ngiqabule weshukela wami
Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule" aw' sweet my love

(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Aw'
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah)

Mina ngijola noswalakahle
Ishinga lensizwa inkalakatha
Into engafundeki inxakanxaka
Ya shela kahle nam' ngisphalaphala
Lenkabi ngiy'thanda kakhulu
Ufike eseng'biza ngo Ndlunkulu
Uthi uzong'thengel' indlu enkulu
Wemkhulu kuzogcwala abazukulu
Lenkabi ngiy'thanda kakhulu
Dali ngiyakuzwa
Ngizophelela kini ngiyafunga
Ningabe nisang'shela
Uthando ngam'nika lwaphela

Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule weshukela wami"
Ungichaza may'sethi "Sondela, ngiqabule" aw' sweet my love

(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Aw'
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah) Aw'bheke ung'thanda kanjani
(Iyoh hah) Woah
(Hah) Yeah
(Hah)

Owami lomuntu
Owami lomuntu weh
Eyami lendoda
Owami lomuntu yeah

Related Posts

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu 3:35
Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu 4:21
Big Zulu - Voicemail

Big Zulu - Voicemail

Big Zulu 4:39
Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu 4:42
Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu 4:58
Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu 4:08
Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu 3:44
Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu 3:43
Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu 4:35
Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu 3:39
Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu 4:49