Fakaza

Lwah Ndlunkulu - Ithuba (feat. Siya Ntuli)

Posted by Lwah Ndlunkulu on May 20, 2024

Information

Title: Ithuba (feat. Siya Ntuli)
Artist: Lwah Ndlunkulu
Album: Ithuba
Release Year: 2022
Duration: 4:24
Size: 6.04 MB
Source: YouTube

Lwah Ndlunkulu - Ithuba (feat. Siya Ntuli) Lyric

Ng'bong' ithuba nam'

Ngilapha nje, ngilapha nje
Asikh' uk'thanda kwam'
Uk'thanda kweNkosi nabakhithi abalele
Ngilapha nje, ngilapha nje
Asikh' uk'thanda kwam'
Uk'thanda kweNkosi nabakhith' abalele

Ngob' abanye bayasokola
Abanye bayasokola ikati lilel' eziko
Abanye bayasokola
Abanye bayasokola

Ngibong' ithuba (yeah)
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'
Ngibong' ithuba (ngoba)
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'

Izandla zedlul' ikhanda
Uk'bonga kwam' akwanele
Kwande nabanye en'baphakele
Kimi k'yanda, ng'zobacobela

Ngithi ng'bong' ithuba (yeah)
Lokung'beletha ngize ngifik' lana
Ng'bong' ithuba
Abanye abafiki lana
Ng'bong' ithuba
ENkosini nabakithi abalele
Ng'bong' ithuba, yeah, maye, maye

Ngilapha nje (mina), ngilapha nje
Asikh' uk'thanda kwam'
Uk'thanda kweNkosi nabakhith' abalele
Ngob' abanye bayasokola
Abanye bayasokola ikati lilel' eziko
Abanye bayasokola
Abanye bayasokola

Ngibong' ithuba (yeah)
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'
Ngibong' ithuba (ngoba)
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'

Ngibong' angiphez'
Ukubonga kwam' akwanele Nkosi
Awu, konke okuhle nomusa kuyangilandela
Ngob' impilo iyang'vuma (yeah)
Oh, ngiswel' imilomo yokubonga
Ngob' impilo iyang'vuma
Ngikhulekel' inkonzo yok'zithoba nok'zehlisa empilwen' yam' njalo (njalo Bawo)
Beng'lokhu ng'sokole njalo (le njalo)
Kant' uhlal' unami nje njalo (nje njalo)

Ngilapha nje
Asikh' uk'thanda kwam'
Uk'thanda kweNkosi nabakhith' abalele
Ngob' abanye bayasokola
Abanye bayasokola ikati lilel' eziko
Abanye bayasokola
Abanye bayasokola

Ngibong' ithuba
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'
Ngibong' ithuba (ngoba)
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ng'bong' ithuba nam'

Ngibong' ithuba
Akuyon' imvul' enetha nom' ubani le, ngibong' ithuba
Ngibong' ithuba

Related Posts

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu 3:35
Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu 4:21
Big Zulu - Voicemail

Big Zulu - Voicemail

Big Zulu 4:39
Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu 4:42
Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu 4:58
Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu 4:08
Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu 3:44
Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu 3:43
Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu 3:39
Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu 4:35
Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu 4:49