Title: | Ngyathandaza |
---|---|
Artist: | Lwah Ndlunkulu |
Album: | Imizwa |
Release Year: | 2023 |
Duration: | 3:35 |
Size: | 4.92 MB |
Source: | YouTube |
Hhayi asibangene siya liyona
Yeah-yeah, yeah-yeah
Yeah-yeah, yeah-yeah
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, ayi
Ngiyathandaza njalo (ngiyathandaza njalo)
Nkosi bheka ngakimi (bheka ngakimi)
Ngijabulise umzali (ngijabulise ubaba nomama)
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, uuh, yeah
Noma eng'phelela amandla
Amathemba eshabalala
Nkosi ngicela impumelelo
Ngicela impumelelo
Bayosutha le ekhaya
Ngoba ak'sikho ukuhlakanipha kwami
Iy'thukuthuku zami zigcwele phansi
Impumelelo ayandele bani
Nkosi ngicela impumelelo
Bayosutha le ekhaya
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, ayi
Ngiyathandaza njalo (ngiyathandaza njalo)
Nkosi bheka ngakimi (bheka ngakimi)
Ngijabulise umzali (ngijabulise ubaba nomama)
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, uuh, yeah
Yeah-yeah, yeah-yeah
Oh, oh-yeah, yeah-yeah
Hm, yeah-yeah