Fakaza

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Posted by Lwah Ndlunkulu on May 20, 2024

Information

Title: Home (feat. Sjava)
Artist: Lwah Ndlunkulu
Album: Home
Release Year: 2021
Duration: 4:58
Size: 6.82 MB
Source: YouTube

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava) Lyric

Mina ngifuna ukugoduka ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba
Ngoba kudala ngemuka
(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka ngibuyel'ekhaya (Shwele baba nomama)
Ngiyocela ushwele kumama nobaba
Ngoba kudala ngemuka

(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)

Mehlo madala ntombi endala
Ngabe likhalile iqhude langi bikela
Dons'iskhumba ngani yami ngikutshele
Inkukhu laykhaya sezaqedwa ukrele
Kwacwebisa iziba kwajika kwathula kanjalo
Ngicela ushwele umalo
Laykhaya ngahanjiswa indlala
Ngithi ngiyofuna impilo encono
Wakhuza umhlola ubaba wathi haibo

(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
Ekhaya kunje kuthandwa mina
(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)

Mina ngifuna ukugoduka ngibuyel'ekhaya (Shwele baba nomama)
Ngiyocela ushwele kumama nobaba (Shwele baba nomama)
Ngoba kudala ngemuka

Ukuqala kokuhlakanipha ukubona iphutha lakho ucele ushwele
Konke kuqala lapho, kuvele kukhanye
Aw mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama)
Iphupho lami ukubona umntanami ebuyekhaya ngimcelele ushwele emsamiAw mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama)
Aw mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama)
Aw mina ngiphuphe umama ebusuku ekhala enkosini ethi imisize (Ukhala ngani wemama)

Skhulekile
Skhulekile emasangweni siyakhuleka
Skhulekile
Khonizothola lomuzi nagcina nazile ukuzolobola
Saz'ukuthi laykhaya kwaxinye lengane (Cela nimxolele)
Mhlampe nanibheka aniziqhenyi ngayo lengane
Kodwa kuseyingane (Kuseyingane)
Cela nimxolele naye useyingane (Seyingane)

Kodw'engikwaziyo
Beyozam'impilo (Bengiyozam'impilo)
Kwamel'awondle ezamela wona lomndeni

(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)

Mina ngifuna ukugoduka ngibuyel'ekhaya
Ngiyocela ushwele kumama nobaba
Ngoba kudala ngemuka (Aw kudala aw kudala)
Kudala ngamuka

Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)
Aw giya mntanami giya (Ishu)

(Shwele baba nomama)
(Shwele baba nomama)
Mina ngifuna ukugoduka ngibuyel'ekhaya (Shwele baba nomama)
Ngiyocela ushwele kumama nobaba
Ngoba kudala ngemuka

Related Posts

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu - Ngyathandaza

Lwah Ndlunkulu 3:35
Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu - Eyami

Lwah Ndlunkulu 4:21
Big Zulu - Voicemail

Big Zulu - Voicemail

Big Zulu 4:39
Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu - Ngiyeza

Lwah Ndlunkulu 4:42
Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu - Home (feat. Sjava)

Lwah Ndlunkulu 4:58
Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu - Eyokuza

Lwah Ndlunkulu 4:08
Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu - Khuphuka

Lwah Ndlunkulu 3:44
Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu - Umtshingo

Lwah Ndlunkulu 3:43
Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu - Ngezenzo

Lwah Ndlunkulu 3:39
Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu - Indawo Yakho

Lwah Ndlunkulu 4:35
Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu - Mali

Lwah Ndlunkulu 4:49