Title: | Nguwe (feat. Daliwonga, Sir Trill & Major League) |
---|---|
Artist: | Mas Musiq |
Album: | Auti 'eSharp |
Release Year: | 2021 |
Duration: | 6:09 |
Size: | 8.45 MB |
Source: | YouTube |
Lento ngayifunda kuwe
Is'ibuhlungu 'ma seng'enza kuwe
Iskeleme ngasifunda kuwe
U feel-a guilty 'ma seng'enza kuwe
Bekub'hlungu ungishiya uthi uyabuya
'Ma ngisala nginosizi
Kungeko ukujabula ma
'Ma seng'enza kuwe
Ibuhlungu 'ma seng'enza kuwe
'Ma seng'enza kuwe
Ngasifundiswa nguwe
Ngasifundiswa nguwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngasifundiswa nguwe
Nami ngayifunda kuwe
Nana uphi ungenz' ikhanda lizule
Lokho ngibhekile ngithule
Besimnandi, sekub'hlungu ngakuwe
Ngatshel' amajita "i-catchile"
Ngik'thanda kanti udlalile
Mara why?
Hay hay
Ngatshel' amajita "i-catchile"
Ngik'thanda kanti udlalile
Mara why?
Why?
Ngasifundiswa nguwe
Ngasifundiswa nguwe
Ngayifunda kuwе
Ngayibona kuwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngasifundiswa nguwe