Fakaza

Nkosazana Daughter, Master KG & Lowsheen - Amaphutha (feat. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch)

Posted by Nkosazana Daughter, Master KG & Lowsheen on May 9, 2024

Information

Title: Amaphutha (feat. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch)
Artist: Nkosazana Daughter, Master KG & Lowsheen
Album: Uthingo Le Nkosazana
Release Year: 2023
Duration: 6:17
Size: 8.63 MB
Source: YouTube

Nkosazana Daughter, Master KG & Lowsheen - Amaphutha (feat. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch) Lyric

Kutheni dali (kutheni dali) was'uqhela kangaka
Bayakhuluma abantu (abantu)
Siyajabul' isitha woh (isitha woh)
Bathi wena awungithandi (bathi wena awungithandi)
Bathi wena ungishiye (bathi wena ungishiye)
Bathi wena awung'funi (bathi wena awung'funi)
Bathi wen' uyang'dlala woh

Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni)
Ang'waboni ang'waboni amaphutha amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni)
Noma bengitshela (bengitshela) ang'waboni ang'waboni (ang'waboni)
Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni)

Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani

Ngoba ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni)
Ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (ang'waboni)
Noma bengitshela (bengitshela) ang'waboni ang'waboni (ang'waboni)

Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani mmm

Kutheni dali ungalishiyi uthando lwami (lwami)
Kulesimo lesi sizondlula ngelinye ilanga
Ngikuthanda ngengqondo 'nhliziyo ay'sekho
Umzimba ukhathele (ukhathele)
Ngikuthanda ngengqondo 'nhliziyo ay'sekho
Umzimb' ukhathele yeah eh yeah

Abantu bayay'hloniph inkulumo muntu yeah
Banomona bayabona indlel' ong'phatha ngayo bayafis' ukuba yimi
Ungabalaleli banamanga (ungabalaleli banamanga)
Bathanda njalo mas'xabana (bathanda njalo mas'xabana)
And asoze basihlukanisa muntuza
Mina ngiyafunga ngiyagomela nguwe wedwa

Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga
Kwenzekeni?
Benithi sophelelaphi na?
Dali thula my dali
Dali thula my dali
Dali thula my dali dali

Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga
Kwenzekeni?
Benithi sophelelaphi na?
Dali thula my dali
Dali thula my dali
Dali thula my dali dali yeah eh!
Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
Ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
(Ooh) ok'ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok'ngenani
(Ay lalela) ngoba ang'waboni ang'waboni amaphutha wakho ang'waboni (hey)

Related Posts

Nkosazana Daughter - Seduce Me Darling

Nkosazana Daughter - Seduce Me Darling

Nkosazana Daughter 5:44
Ukwamukela

Ukwamukela

7:31
Nkosazana Daughter - Uzongenzani

Nkosazana Daughter - Uzongenzani

Nkosazana Daughter 8:22
MashBeatz - Noxolo

MashBeatz - Noxolo

MashBeatz 3:40
Lowsheen - Shona Malanga

Lowsheen - Shona Malanga

Lowsheen 6:07
Vico Da Sporo - Osis' Bey'moto

Vico Da Sporo - Osis' Bey'moto

Vico Da Sporo 7:42
Nkosazana Daughter - Thumela

Nkosazana Daughter - Thumela

Nkosazana Daughter 7:13
DJ Givy Baby - Inhliziyo

DJ Givy Baby - Inhliziyo

DJ Givy Baby 6:09