Fakaza

DJ Stokie & Ben Da Prince - Feelings (feat. Murumba Pitch & Jay Sax)

Posted by DJ Stokie & Ben Da Prince on May 20, 2024

Information

Title: Feelings (feat. Murumba Pitch & Jay Sax)
Artist: DJ Stokie & Ben Da Prince
Album: Soke S'bone
Release Year: 2021
Duration: 7:01
Size: 9.64 MB
Source: YouTube

DJ Stokie & Ben Da Prince - Feelings (feat. Murumba Pitch & Jay Sax) Lyric

Ingabe yini ekwenz' ukuthi ube namahloni
Phela usumamatheka kanje
Uwenza ikhanda lizulazule yoh
Bamb' isandla sami, Ngik'fikise emazweni
Phela lomhlaba ngowakho

Awuyiboni lengane
Isencane lengane
Mayibabo, Ang'kaze ngayibone intombi enhle nje ngawe
Umhle ngathi ugeza ngobisi, Mina ngawe baby ang'funi nix

Ayi
Bengiz'buza uthando olunjena mina ngizol'tholaphi na
Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje (Abanye basadlala namanje, Basakhala namanje)

Isencane lengane (Isencane lengane)
Awuyiboni lengane
Isencane lengane (Isencane lengane)

(Iza kumina imini lonke)
(Imini lonke, Uzobuyela ebusuku)
Akekho ondlula ekhaya (Iza kumina imini lonke)
(Imini lonke, Uzobuyela ebusuku)
Ayibo, Yimbi le esiy'yenzayo (Iza kumina imini lonke)
(Imini lonke, Uzobuyela ebusuku)
Akekho ofana nawe

Ayibo, Yimbi le eziy'yenzayo (Iza kumina imini lonke)
(Imini lonke, Uzobuyela ebusuku)
Akekho ofana nawe

Related Posts

DJ Stokie - Masithokoze

DJ Stokie - Masithokoze

DJ Stokie 7:08
DJ Stokie - Mali

DJ Stokie - Mali

DJ Stokie 6:43
Boohle - Iyalila

Boohle - Iyalila

Boohle 5:41
DJ Stokie - imaPiano

DJ Stokie - imaPiano

DJ Stokie 1:27
DJ Stokie - uThando

DJ Stokie - uThando

DJ Stokie 7:06