Title: | Ama-Divorce |
---|---|
Artist: | Khuzani |
Album: | Inja Nogodo |
Release Year: | 2021 |
Duration: | 4:56 |
Size: | 6.77 MB |
Source: | YouTube |
Emshadweni kuyashisa koda songena ngenkani ohh thina
Ngoba
Vel' emshadweni kuyashisa koda songena ngejubane
Ukwaliwa maye kwabuhlungu ukwaliwa
Ama divorce asiqedela uthando lomshado
Ukwaliwa maye kwabuhlungu ukwaliwa
Ama divorce asiqedela uthando lomshado
Thina thina thina sesaba ama divorce
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Thina nje thina asikwesabi ukungana
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Ohh thina nje thina sesaba ama divorce
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Thina nje asikwesabi ukungana
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Thina siyawuthanda umshado iwona umshado ungasithandi
(Thina thina thina sesaba ama divorce) Ngoba yee ngeke sife singanganiwe
Siyawuthanda umshado iwona umshado ungasithandi
(Thina thina thina sesaba ama divorce) Weh mshado ukhetha abanjani
Thina siyawuthanda umshado iwona umshado ungasithandi
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Thina siyawuthanda umshado iwona umshado ungasithandi
(Thina thina thina sesaba ama divorce) Wemshad'usthatha kanjan
Ukwaliwa maye kwabuhlungu ukwaliwa
Lama divorce asiqedela uthando lomshado
Thina siyawuthanda umshado iwona umshado ungasithandi
Siyoshada ngeke siseshlukane
Singahlukana kanjani sihlukana kanjani?
Siyoshada ngeke siseshlukane
Singahlukana kanjani sihlukana kanjani?
Siyoshada ngeke siseshlukane
Singahlukana kanjani sihlukana kanjani?
Siyoshada ngeke siseshlukane (Thina thina thina sesaba ama divorce)
Singahlukana kanjani sihlukana kanjani?
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Siyoshada ngeke siseshlukane (Thina thina thina sesaba ama divorce)
Singahlukana kanjani sihlukana kanjani?
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Siyoshada ngeke siseshlukane (Thina thina thina sesaba ama divorce)
(Thina thina thina sesaba ama divorce)
Siyoshada ngeke siseshlukane
(Thina thina thina sesaba ama divorce)