Title: | Sthandwasami (feat. Shwi Nomtekhala) |
---|---|
Artist: | Goldmax |
Album: | Music Saved Me |
Release Year: | 2020 |
Duration: | 3:55 |
Size: | 5.38 MB |
Source: | YouTube |
He sithandwa sami
Ngicela wena usondele kimi
Ungenze ngijabule
Ubusuku nemini
We sithandwa sami
Ngicela wena usondele kimi
Ungifudumeze ubusuku nemini
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Angisaboni angisalali)
(Ubusuku nemini)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Angisaboni angisalali)
(Ubusuku nemini)
(Uthando lwethu sizovika ngalo)
(Ma esebuza umama)
(Ma esebuza umama)
(Mntanami uthanda bani)
(Uthando lwethu sizovika ngalo)
(Ma esebuza umama)
(Ma esebuza umama)
(Mntanami uthanda bani)
He sithandwa sami
Ngicela wena usondele kimi
Ungenze ngijabule
Ubusuku nemini
We sithandwa sami
Ngicela wena usondele kimi
Ungifudumeze ubusuku nemini
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Angisaboni angisalali)
(Ubusuku nemini)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Kungqonqoz’ uthando enhlizweni yami)
(Angisaboni angisalali)
(Ubusuku nemini)