Title: | INDODA AYILONA I-BANK |
---|---|
Artist: | Ugatsheni |
Album: | ISIQENQE |
Release Year: | 2022 |
Duration: | 5:33 |
Size: | 7.62 MB |
Source: | YouTube |
Yobe unenhlanhla mfan wami mawuthole umuntu onothando
Sebelumoshilo uthando
Kwanda osomathuba
Yobe unenhlanhla mtanami mawuthole umuntu onothando
Sebelumoshilo uthando
Baningi osomathuba
Uma ngiphethe imali usengiphatha kahle iziphele imali
Wena wangthinta la wangthinta la wase ufuna imali
Nangu usomathuba
Cela ukngyeke somathuba
Awungyeke somathuba
Hamba ushone
Awungyeke somathuba (Indoda nebank akusoze k'fane)
Hamba ushone (Nginothando kodwa anginamali, awungyeke somathuba)
Awungyeke somathuba (Uthando nebank akusoze k'fane)
Hamba ushone (Nginothando kodwa anginamali, awungyeke somathuba)
Umfazi nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba
Indoda nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba
Indoda nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba
Uthando nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba
Mali yam mali yam mali yam mali yam mali yami
Uthanda mina noma imali
Mali yam mali yam mali yam mali yam mali yami
Uthanda mina noma imali
Awungyeke somathuba (Indoda nebank aksoze kfane)
Hamba ushone (Nginothando kodwa anginamali, awungyeke somathuba)
Awungyeke somathuba (Uthando nebank aksoze kfane)
Hamba ushone (Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba)
Umfazi nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba
Indoda nebank aksoze kfane
Nginothando kodwa anginamali awungyeke somathuba