Title: | Incane Lembobo |
---|---|
Artist: | Ntencane |
Album: | Incane Lembobo |
Release Year: | 2021 |
Duration: | 3:49 |
Size: | 5.24 MB |
Source: | YouTube |
Ho lisezandleni zezitha ibhokisi lekhono lami, inking'umgodi awshoni phansi
Ho lisezandleni zezitha ibhokisi lekhono lami, inking'umgodi awshoni phansi
Ho lisezandleni zezitha ibhokisi lesphiwo sami, inking'umgodi awshoni phansi
Aw ziwumba mihla namalanga izitha zami, inking'umgodi awshoni phansi
Aw ziwumba mihla namalanga izitha zami, inking'umgodi awshoni phansi
Ho lisezandleni zezitha ibhokisi lekhono lami, inking'umgodi awshoni phansi
Awkhohlwani bafana lembob'incane ukuthi ningaqiba kuyo ikhono lami
Phindani nizam'okunye futhi
Awkhohlwani bafana lembob'incane ukuthi ningaqiba kuyo isphiwo sami
Phindani nizam'okunye futhi
Ho lisezandleni zezitha ibhokisi lekhono lami, inking'umgodi awshoni phansi
Ubabona bonke bephephetha abasazi benzenjani
Bazakucish'ugesi ngomlomo abakhohlwe
Bayaphephetha abasazi benzenjani
Bazakucish'ugesi ngomlomo abakhohlwe
Bayenza
Baphikis'uNkulunkulu owabadalayo
Bayenza
Baphikis'uNkulunkulu owabadalayo
Bayenza
Baphikis'uNkulunkulu owabadalayo
Bakhohlwe ukuthi, umuntu nomuntu okaNkulunkulu
Angeke kwenzeke konke ngentando yabo