Title: | Phumelela (feat. Mawhoo & Myztro) |
---|---|
Artist: | DJ Maphorisa & Kabza De Small |
Album: | Once Upon a Time in Lockdown |
Release Year: | 2020 |
Duration: | 6:48 |
Size: | 9.34 MB |
Source: | YouTube |
Ngithi sonke sonke sinamaphupho, sine zifiso
Futhi sonke ssizophumelela
Impumelelo ayikho lula
Hawe ma kodwa sonke sizophumelela
Namhlanje uyakhala, ksasa uzojabula
Aw ngifunga uMdali uzophumelela
Namhlanje uyakhala, ksasa uzojabula
Mina ngifunga umdlali uzophumelela
Sizophumelela phumelela phumelela phumelela wena hhey hey!!!

Ubewazi ukuthi ngiyinkuzi bayibhekile, sebehlala bengibhekile
Ubewazi ukuthi balala bengibhekile, bavuke bengibhekile
Ay angibasoli, ay ngiyafa yilelizembe
Mina ngisebenza uloliwe, mina ngisebenza kanzima